Yeyi wemnunzane
Ungangibulali baba mnumzane wami
Mawungifica ngilele kwakh'endlini
Angizingenelanga mina
Ngafakwa yil'ohlala naye
Ungangibulali baba mnumzane wami
Mawungifica ngilele kwakh'endlini
Angizingenelanga
Ngafakwa yil'ohlala naye
Yeyi we mnumzane wami we
Hawu we
Awu angizingenelanga baba
Ngafakwa yil'ohlala naye
Yeyi we mnumzane wami we
Hawu we
Awu angizingenelanga mina
Ngafakwa yil'ohlala naye