Inkinga Ngu R7

BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Heh wena Maqwe!

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Awuthule Maqwe!
Kukhona mina lana

Ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda
Uyohlekwa nayizinyoni
Wazenz'inkathazo imali yesishebo kimi
Uzenz'inkinga uR7 ngiyolala ngidleni na
Uzenz'inkathazo imali yesishebo kimi

Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Ngayiphiwa lento yeyami
Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Yeyam lento ngayinikwa

Bonk'abantu bazalwa befumbeth'izipho zapho
Abakini kanti bakupha ni wena
Mina yeyami lento ngayiphiwa

Usuka le uzophapha la?
Uzohala la
Usuka kini uzophapha la

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Nant'ibhadi lami, nant'ishwa lami ma

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Nant'ibhadi lami, nant'shwa lami weh ma

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Heh wena Maqwe!

Heh wena maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Awuthule Maqwe!
Kukhona mina lana

Ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda
Uyohlekwa nayizinyoni
Wazenz'inkathazo imali yesishebo kimi
Uzenz'inkinga uR7 ngiyolala ngidleni na
Uzenz'inkathazo imali yesishebo kimi

Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Ngayiphiwa lento yeyami
Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Yeyam lento ngayinikwa

Bonk'abantu bazalwa befumbeth'izipho zapho

Trivia about the song Inkinga Ngu R7 by Bhekumuzi Luthuli

When was the song “Inkinga Ngu R7” released by Bhekumuzi Luthuli?
The song Inkinga Ngu R7 was released in 2007, on the album “Inkinga Ngu R7”.
Who composed the song “Inkinga Ngu R7” by Bhekumuzi Luthuli?
The song “Inkinga Ngu R7” by Bhekumuzi Luthuli was composed by BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI.

Most popular songs of Bhekumuzi Luthuli

Other artists of African music