Ntombenhle

SIFISO GABRIEL MJOLI, UNKOWN COMPOSER, BONGANI NKWANYANA PHILANGEZWI, MANDLA MAPHUMULO, MZI TSHOMELA

Yes
Tira cel'uzidonse zonke inhlanhla ziphumele ngaphandle ungashiyi lutho lapho
SeMlazi yes
Samba noBongani Nkwanyana aka Bhambatha
Iy'ntombi ziza ngetray syabonga thina washa
Alright (Ngfuna siy'culeni sonke)
Asiyshayeni
Woza nomunye
Ungasali nawe
Asiyculeni sonke khona kuzoba mnandi alright
Washa
(Uyastarta) Yes Big nuz

Sengphinde ngayi gudla lengane
Ngamtholo omunye o'wesbili onenhhlanhla
Ngzokhiphi'inkomo zelobolo azekhaya
AMakhwandam'asemvumile lomntwana (Alright mfethu)
Sengphinde ngayi gudla lengane
Ngamtholo omunye o'wesbili onenhhlanhla
Ngzokhiphi'inkomo zelobolo azekhaya
AMakhwandam'asemvumile lomntwana (Alright mfethu)

Vuma vuma vuma
Ngyobon' abazali bakho
Vuma vuma vuma
Vuma ntombenhle
Vuma vuma vuma
Ngyobon' abazali bakho
Vuma vuma vuma
Vuma ntombenhle

Saw'bona saw'bona ntomb'enhle
Saw'bona saw'bona ntomb'enhle
Wamuhle wamuhle ntombenhle
Isitho sakhe, amancamuza
Isinqe sakhe, amancamuza
Ifiga yakhe, iyang'hlanyisa
Izinqe ngum'bhede amabale ngum'camelo
Izandla ziyang'bamba umulom'uyang'qabula

Khuluma nazo omashinga valel'ivunga ngaze sik'nyathele thin'eszacile halakasha
Lelihlathi linezimamba shumi lezinsizwa limbijana phansi ePhumaphulong ngiphuz'isgwebo
Uthini uTira ithin'iBig nuz
Sheyi Fisherman iyebo yebo (Yeses)

Saw'bona saw'bona ntomb'enhle (Hello)
Saw'bona saw'bona ntomb'enhle (Hello)
Wamuhle wamuhle ntombenhle (Yes)
Isitho sakhe, amancamuza
Isinqe sakhe,amancamuza
Ifiga yakhe, iyang'hlanyisa (Yah)
Izinqe ngum'bhede amabale ngum'camelo
Izandla ziyang'bamba umulom'uyang'qabula

Aw ngifun'untombenhle wasemakhaya
Ozongwashela mina mangigad'isbaya
Ongavilaphi okwaziy'ukukh'amanzi
Ozongthanda engangbukeli phansi (Vuma vuma vuma)

Ngyobon' abazali bakho
Vuma vuma vuma
Vuma ntombenhle
Vuma vuma vuma
Ngyobon' abazali bakho
Vuma vuma vuma
Vuma ntombenhle

Most popular songs of Big Nuz

Other artists of Dance music