Dear My Love

Aw ngithi dear wedali
Nans'incwadi ivela kimi ithi (Eshe)
Awu yithi dear my love nans'incwadi ivela kimi ye yah
(Aw dear my sweet heart)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)

Aw yey sthandwa sami ngisenkompon mlungu ungbhekise kolon
Jean yayaz impolompon nglalengacweni yikorokoro
Ngithi dear lavo
Liseselud'uhambo
Sekuyoze kuphel'uthando
Mina ngizofik'ekseni sengbhul'amazolo
Ah yeh zinjan inganekhaya
Ngangaqondil' kukushiy'ukhala
Umlung'engfuna ngingena kusasa
Solala sidlile sval'indlala
Ekseni ngovivi siqob'intaba
SigudluThukela kuphum'ilanga
Ndod'eqomingubo izal'ilanga
Thina sichwal'inkala siqol'umqansa

Aw ithi dear wedali
Nans'incwadi ivela kimi ithi
(Aw dear my sweet heart)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)

Aw ithi dear wedali
Nans'incwadi ivela kimi ithi (Eshe)
(Aw dear my sweet heart)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)

Aw ithi dear wedali
Nans'incwadi ivela kimi ithi (Eshe)
(Aw dear my sweet heart)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)
Awu yithi dear my love (Nans'incwadi ivela kimi)

Most popular songs of Big Zulu

Other artists of African hip hop