JIKA

Ah Reed, ah Stixx, ah Sway, asambeni bef'wethu
(Eh nana maan, yeh wena, eish)
(Eh ngithi k'zojik' izinto)
(Ithini, ayi, mamelani, yeh wena)
Ithini

Eish, eh ngithi manje ngiskeem amajita
Acavil', angahlin', ajulile nge-metre, ngempilo
Eh ngithi z'yojik' izinto, ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto yeh wena
Eh ngithi manje ngiskeem amajita
Acavil', angahlin', ajulile nge-metre, ngempilo
Eh ngithi z'yojik' izinto, ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto yeh wena

Mina ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Yeh wena, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Yeh wena, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Yeh wena, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto
Ah jik' izinto, ngithi z'yojik' izinto
Ah jik' izinto maan, z'yojik' izinto

Eh ngithi zajik' izinto
S'phakethele nzima sengakhil' emzini ama-neighbour umzizizi
Jik' eMaZulwini
Ziph' insalamzimba, sekunzikinziki
Z'phushel' amazimb ngisho bonkе laba bezimbi
Z'khiphela thina ngizabalazil' ebunzimеni
Bangizibile ngiziyenzile zivuleke
Bheka nenzondo bazoze bazile bazive
Tshintsh' i-life, uphile mnandi umam' ekhaya ahlale sharp
Ngenxa yam'
Umakhelwane anak' indaba zakh' aphum' ekhaya
Angazodlala nathi

Noma beminya ngizo-win base bakhathale
Phum' enhlizweni ngisokolile kodwa ngifundile
Ngizidalile ngidlulile sengikhulile
Ngeke ng'phile, ngeke ng'lile futhi ngeke ng'phike (Eh nana manje)

Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)

Zizojik' izinto s'bon' umhlaba wonke
Jabulel' umama nabangani bonke
Jika, jika, jika mpilo yam
Zizojik' izinto s'bon' umhlaba wonke
Jabulel' umama nabangani bonke
Jika, jika, jika mpilo yam

Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)

Ayi mina ngatshel' uma ngisayophand' impil' emnandi eJozi (EJoz, eJoz)
Ngatshel' uMa ukuthi umculo wam uzohamb' eJozi (EJoz, eJoz)
Angisho ngifun' ukuz'bona ngisenational
Ngiz'bone ngifana nabany' abantwana
Ngiz'bone ngibek' i-plate ejardini
Ngiz'bone ngenzel' uma nabantwana basekhaya
Ah ngithi ngatshel' uma ngisayophand' impil' emnandi eJozi (EJoz, eJoz)
Awu ngiphandel' abantwana basekhaya ngisho naye
Awu yizo lezi mama ngiyenz' is'thembiso kuwe
Ngizobuya mang'buya sizophil' impilo emnandi

Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)
Jika, jika (K'jik' izinto)

Most popular songs of DBN Gogo

Other artists of World music