Entabeni Ekude
Entabeni ekude
Kwem'isiphambano (Hallelujah)
Esinobuhlungu nehlazo, nehlazo
Ngisithanda sona
Ngob'uJesus wafa (Hallelujah)
Ngenxa yezwe elisekoneni, koneni
Esiphambanweni
Loph'igazi lakhe (Hallelujah)
Elimangalisayo kimi, kimi
Ngoba ngenxa yami
Jesu wafa hallelujah khona
Angithethelele angihlanze, angihlanze
Ngakho ngisibabaza sona
Leso siphambano
Ngize ngibeke phansi umthwalo wesono
Hallelujah mina ngizobambelela
Hallelujah kusona isiphambano
Ngize ngizuze umqhele wam
Esiphambanweni
Ngizakuqinisa (Hallelujah)
Ngithwal'ihlazo ngenjabulo, ngenjabulo
Ngibisa mina
Ngiy'ekhaya lami (Hallelujah)
Ngiyothol'ubukhosi bakhe, bakhe
Ngakho ngisibabaza sona
Lesosiphambano
Ngize ngiye