Ngizoshumayez Abafowethu
Ngizoshumayez'abafowethu
Ngalo leligama Lakhe
Ngihlabelele futhi ngalo
Phakathi kwalo ibandla
Ngizoshumayez'abafowethu
Ngalo leligama Lakhe
Ngihlabelele futhi ngalo
Phakathi kwalo ibandla
Futhi ngiyabeka (Ithemba lami Kuye)
Oh mina futhi (Ithemba lami Kuye)
Ngiyabeka (Ithemba lami Kuye)
Mina nabantwan'uNkulunkulu anginike bona
Futhi ngiyabeka (Ithemba lami Kuye)
Oh mina futhi (Ithemba lami Kuye)
Ngiyabeka (Ithemba lami Kuye)
Mina nabantwan'uNkulunkulu anginike bona
Ngizoshumayez'abafowethu
Ngalo leligama Lakhe
Ngihlabelele futhi ngalo
Phakathi kwalo ibandla
Ngizoshumayez'abafowethu