Yebo Nkosi (Nguwe)
Wawungafanele kodwa wafa esiphambanweni
Sesilungiselwe impilo entsha engunaphakade
Nguwe Nkosi nguwe
Siyabonga ngempilo entsha (Yebo Nkosi)
Yebo Nkosi (Nguwe uMsindisi wam)
UnguMsindisi wami (Owafa ngenxa yam)
(Nguwe owaleng'esiphambanweni)
Ngiyabonga Nkosi
Wasisondezela inkululeko engapheliyo
Sesingabakhethiweyo sihamba kulomhlaba
Sinekhay'elisha nguwe Nkosi nguwe
Siyabonga ngempilo entsha (Yebo Nkosi)
Yebo Nkosi (Nguwe uMsindisi wam)
(Owafa ngenxa yam)
(Nguwe owaleng'esiphambanweni)
Izono zam zithethelelwe (Yebo Nkosi)
Yebo Nkosi yam (Nguwe uMsindisi wam)
Ngiyabonga Baba (Owafa ngenxa yam)
Nguwe, nguwe (Nguwe owaleng'esiphambanweni)
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ngoba Nkosi (Yebo Nkosi)
Yebo Nkosi yam (Nguwe uMsindisi wam)
UnguMsindisi, unguMkhululi wempilo yam (Owafa ngenxa yam)
Wafa esiphambanweni (Nguwe owaleng'esiphambanweni)
Ukuze ngikhululwe nami, ngingen'ekhaya
Yebo Nkosi ngiyabonga Baba
Ngiyabonga Baba
Ngiyabonga Baba