Umangisuka Kulomhlaba
Nkosi yami ngiletha konke Kuwe
Ngizilahla phambi kwakho
Ngom'sa wakho ngizokusinqoba isitha
Ngoba wena ungikhosele
Ngihambile kakhulu emhlabeni lo
Ngezinyawo nangenqondo yami
Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi
Nxa nginawe konke kulungile
Uma ngisuka kuwona lomhlaba omdala
Ngizohamba nginokujabula
Ngob'uJesu uzongingenisa ngale
Endaweni lapho ngophumula
Uma ngisuka kuwona lomhlaba omdala
Ngizohamba nginokujabula
Ngob'uJesu uzongingenisa ngale
Endaweni lapho ngophumula
Nkosi hlanzisisa inhliziyo yam
Ungihole nasebumnyameni
Ngoba wena uyisiphephelo sam
Nxa nginawe angesabi lutho
Ngihambile kakhulu emhlabeni lo
Ngezinyawo nangenqondo yami
Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi
Nxa nginawe konke kulungile
Mhla ngishiya (Uma ngisuka)
Ngishiya lomhlaba (Kuwona lomhlaba omdala)
NgiyakuBaba ekhaya (Ngizohamba nginokujabula)
Ngizohamba ngihuba haleluya (Ngob'uJesu)
Haleluya oh (Uzongingenisa ngale)
Yeah yeah (Endaweni)
Endaweni (Lapho ngophumula)
Uma ngisuka (Uma ngisuka kuwona lomhlaba omdala)
Angesabi lutho, ngoba nginethemba (Ngizohamba nginokujabula)
Ithemba lokuy'ekhaya (Ngob'uJesu)
Ngiy'ekhaya kuBaba (Uzongingenisa ngale)
Angesabi,angesabi (Endaweni)
Angesabi,angesabi lutho (Lapho ngophumula)
(Uma ngisuka kuwona lomhlaba omdala)
(Ngizohamba nginokujabula)
Ngob'uJesu (Ngob'uJesu uzongingenisa ngale)
Ngale (Endaweni)
Endaweni (Lapho ngophumula)
Uma ngisuka (Uma ngisuka)
Uma ngisuka (Kuwona lomhlaba omdala)
Ngizohamba (Ngizohamba nginokujabula)
Ngob'uJesu (Ngob'uJesu)
Ngob'uJesu (Uzongingenisa ngale)