Bhanoyi

Ziyangibiza mama leziyontaba
Engingaziboni
Engiyozeqa ngebhanoyi
Engiyozeqa ngebhanoyi

Ziyangibiza mama leziyontaba
Engingaziboni
Engiyozeqa ngebhanoyi

Woza mntakababa
Sihambe ngebhanoyi
Sibheke kweliphesheya babo
Siyocul'ezemvelo
Woza mntakababa (Woh lala)

Sihambe ngebhanoyi (Woh lala)
Silibhekise thina kweliphesheya babo (Woh lala)
Siyocul'ezemvelo (Woh lala)
Woza mntakababa (Woh lala)

Hayi kodw'ingoma le
Thin'isizulis' amakhanda babo
Hayi bo ingoma le
Thin'isizulis' amakhanda babo
Hayi bo ingoma le
Thin'isizulis' amakhanda babo

Woza mntakababa (Woh lala)
Sihambe ngebhanoyi (Woh lala)
Silibhekise thina kweliphesheya babo (Woh lala)
Siyocul'ezemvelo (Woh lala)
Woza mntakababa (Woh lala)

Sihambe ngebhanoyi (Woh lala)
Silibhekise thina kweliphesheya babo (Woh lala)
Siyo-yo-yo-yocul'ezemvelo (Woh lala)
Woza mntakababa (Woh lala)

Hayi kodw'ingoma le
Thin'isizulis'amakhanda babo
Hayi bathi ingoma le
Thin'isizulis' amakhanda babo
Yeye yeye yeyeni babo
Thin'isizulis' amakhanda babo

Trivia about the song Bhanoyi by Letta Mbulu

When was the song “Bhanoyi” released by Letta Mbulu?
The song Bhanoyi was released in 1968, on the album “Free Soul”.

Most popular songs of Letta Mbulu

Other artists of African jazz