Iphulimende
Izwe lonakele, amasikw'awasaziwa madoda
Izwe lonakele amasikw'awasaziwa madoda
Lonakele amasikw'awasaziwa whee bakithi
Ngithe ngifun'imvula mlomo, wath'akayazi
Ngafun'isehla mthini
Wathi kulula mkhwe wami
Ngizokubekel'istepisi wehle ngaso
Ngithe ngifun'ivula mlomo, wath'akayazi
Ngafun'isehla mthini
Wathi kulula mkhwe wami
Ngizokubekel'istepisi, wehle ngaso
Ngafun'ibhaysikili, wathi lutho mkhwe wami
Akhon'amabhasi, thath'iphulimeni
Izwe lonakele amas'ikw'awasaziwa webakithi
Lonakele amasik'awasaziwa webakithi
Ngithe ngifuni vula mlomo, wath'akayazi
Ngafun'isehla mthini
Wathi kulula mkhwe wami
Ngizokubekel'istepisi wehle ngaso
Ngithe ngifuni mvula mlomo, wath'akayazi
Ngafun'isehla mthini
Wathi kulula mkhwe wami
Ngizokubekel'istepisi, wehle ngaso
Ngafun'ibhaysikili, wathi lutho mkhwe wami
Akhon'amabhasi, thath'iphulimeni