10K

Blaq Diamond, Danya Devs, Ndu Browns, Nhlanhla Shabangu, Lugz, Sakhile Manqele, Nhlanhla Nciza, Theo Kgosinkwe, Mafikizolo, Sjava

Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe

Ohh giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni
Giya mizwa yami (Giya, giya)
Ohh ngithi giya mizwa yami weee (Giya wee)
Giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni (Giya we)
Giya mizwa yami (Giya, giya)
Ohh ngithi giya mizwa yami wee (Giya, giya)

Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Ksukela ekqaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)

Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Ksukela ekqaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)

Uthando lwakho lungshaya ten thousani (Lungishay ten thousani)
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (Ai ngiyafa ngawe)
Uthando lwakho lungshaya ten thousani (Hhay lungishaya 10k)
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (Hhay angyazi intw' enje)

Uthando lwakho dali hhay lungishaya 10k
Mangik'buka dali ngigezamehlo hhay ngik'buka 5k
Queen meets king then the puppy love thing andre 3k
You special uyi 38 uyintanga yami hhay angiz'shayi ngama 2k
Intw' engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz' ufunani
Hhay awuhambi nomoya hhayi awududwa abangani
Mang'nawe k'gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso
Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido
Ngigudl' oshuku ngi crossi border, ngye Swatini ngyolobola
Masezuwshaya k'yogqoz' imfene hhay umthakath' uyozonda
MaDlamini jama kasjadu, zizi elimnyama ney' nkomo zalo
Buhl' obunje buhle bendalo, wha wha wha sobhuza somhlola

Uthando lwakho lungshaya ten thousani (Uthando lwakho lungshaya ten thousani)
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (Aw mina ngyafa ngawe)
Uthando lwakho lungshaya ten thousani (Lungshaya ten thousani)
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (Aw mina ngyafa ngawe)

Angwabolekanga mehlo
Mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni

Angwabolekanga mehlo
Mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni

Ngzokutotosa (Owami wena)
Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (Owami wena)
Uyayitoboza (Owami wena)
Nhliziy igxuma okwentothoviyane

Ngzokutotosa (Owami wena)
Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (Owami wena)
Uyayitoboza (Owami wena)
Nhliziy igxuma okwentothoviyane

Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe

Trivia about the song 10K by Mafikizolo

When was the song “10K” released by Mafikizolo?
The song 10K was released in 2022, on the album “Idwala”.
Who composed the song “10K” by Mafikizolo?
The song “10K” by Mafikizolo was composed by Blaq Diamond, Danya Devs, Ndu Browns, Nhlanhla Shabangu, Lugz, Sakhile Manqele, Nhlanhla Nciza, Theo Kgosinkwe, Mafikizolo, Sjava.

Most popular songs of Mafikizolo

Other artists of Dance music