Ukhulum' Izindaba

Ake uyeke mngani wami
Wen'ukukhuluma izindab'ezingaqondene nawe
Ake uyeke mngani wami (Izindaba, zindaba)
Wen'ukukhuluma wena izindab'ezingakufuni wena (Izindaba, zindaba)
Ake uyeke bo wena mngani wami (Izindaba, zindaba)
Wen'ukukhuluma bo izindab'ezingaqondene nawe (Izindaba, zindaba)

Wangixabanisa nobaba kaVusi
Wabuye futhi wangikhuluma kabi kuzakwethu
Suka wen'uyanginyundela
Mus'ukungikhuluma kabi

Wangixabanisa nobaba kaVusi
Wabuye futhi wangikhuluma kabi kuzakwethu
Suka wen'uyanginyundela
Hayi ukhuluma kabi ngami

Wangixabanisa nobaba kaVusi
Wabuye futhi wangikhuluma kabi kuzakwethu

Sewuthi ma uqhamuka bathi nang'ufoshozwayo

Sewaziwa ngamagam'abantu (Izindaba, zindaba)
Sebekubiza ngonozindaba (Izindaba, zindaba)
Sebekubiza ngofoshozwayo (Izindaba, zindaba)

Ayi wena foshozwayo

Uthand'izindaba

Ngithi yekela wena bo
Yeka wen'ukungikhukuluma kabi
Ngoba wen'uth'uyadlisa
Mina angidlisi
Yekela, yekela,
Yekel'indaba zabantu

Yekela, yekela, yekel'indaba zabantu (Izindaba, zindaba)
Yekela, yekela, yekel'indaba zabantu (Izindaba, zindaba)
Yekela, yekela, yekel'indaba zabantu (Izindaba, zindaba)

Sewaziwa ngamagam'abantu (Izindaba, zindaba)
Sebekubiza ngonozindaba (Izindaba, zindaba)
Sebekubiza ngofoshozwayo (Izindaba, zindaba)

Yekela, yekela, yekel'indaba zabantu (Yekela bo)
Yekela, yekela, yekel'indaba zabantu (Yekela mnganami)

Uthand'izindaba
Izindaba, izindaba, izindaba

Most popular songs of Mahlathini & the Mahotella Queens

Other artists of