Umona
Awubhek'into oyenze kimi
Umona, oh umona (Oh maye Gumede)
Awubhek'into oyenze kimi
Umona, oh umona (Oh maye Gumede)
Awubhek'into oyenze kimi
Umona, oh umona (Oh ngiyakwesaba Gumede)
Ingihlabis'inhliziyo
Uthando luhambile kimi
Lendaba yomona (Maye)
Umona
Ingihlabis'inhliziyo
Uthando luhambile kimi
Lendaba yomona (Maye)
Umona
Ingihlabis'inhliziyo
Uthando luhambile kimi
Lendaba yomona (Maye)
Umona
Izinto ekufanele ngabe nginazo
Anginazo manje ngendaba
Yomona, oh umona (Gumede)
Izinto ekufanele ngabe nginazo
Anginazo manje ngendaba
Yomona, oh umona (Gumede)
Izinto ekufanele ngabe nginazo
Anginazo manje ngendaba
Yomona, oh umona
Awubhek'into oyenze kimi (Oh maye Gumede)
Awubhek'into oyenze kimi (Oh maye Gumede)
Umona, oh umona (Oh maye Gumede)
Awubhek'into oyenze kimi (Oh maye Gumede)
Umona, oh umona (Oh maye Gumede)
Awubhek'into oyenze kimi (Yebo, yebo maye Gumede)
Umona, umona (Oh maye Gumede)