Ikhula
Umakoti wabaleka
Ukhula lubhokile emasimini
Ingabe liyohlakulwa ngubani
Umakoti wabaleka
Ukhula lubhokile emasimini
Ingabe liyohlakulwa ngubani
Umakoti wabaleka
Ukhula lubhokile emasimini
Ingabe liyohlakulwa ngubani
Ngathi ngiyalobola
Kanti ngilahla izinkomo zikababa
Zashona emaweni
Ngathi ngiyalobola
Kanti ngilahla izinkomo zikababa
Zashona emaweni
Ngathi ngiyalobola
Kanti ngilahla izinkomo zikababa
Zashona emaweni
Heyi uMaMthembu giii
Angazi ukuthi ngizokwenza njani
Ngoba ngathi ngiyalobola
Hhe kanti ngithatha umtaba wentombi
Eh ngakubona okukhulu ngakubeletha emhlane madoda
Umakoti wabaleka
Ingabe liyohlakulwa ngubani
Umakoti wabaleka
Ukhula lubhokile emasimini
Ingabe liyohlakulwa ngubani