Saphel’Isizwe

Kungcono uyisebenzele imali
Kunokuphila ngamandla abantu
Ubamba inkunzi ubusuku nemini
Uphila kabi ngobugebengu

Kungcono uyisebenzele imali
Kunokuphila ngamandla abantu
Ubamba inkunzi ubusuku nemini
Uphila kabi ngobugebengu

Asisakwazi nokuneka
Uqothula ocingweni
Uqothula ocingweni
Maye
Selandini

Asisakwazi nokuneka
Uqothula ocingweni
Uqothula ocingweni
Maye
Selandini

Ulandelwa abangane abaningi
Bathi unemali
Bathi uyitycoon
Kanti
Hmm hmhm
Izithukuthuku zabantu

Ulandelwa abangane abaningi
Bethi unemali
Bethi uyitycoon
Woo wo woo wo
Izithukuthuku zabantu

Asisakwazi nokuneka
Uqothula ocingweni
Uqothula ocingweni
Maye
Selandini

Asisakwazi nokuneka
Uqothula ocingweni
Uqothula ocingweni
Maye
Selandini

Kungcono uyisеbenzele imali
Kunokuphila ngamandla abantu
Ubamba inkunzi ubusuku nеmini
Uphila kabi ngobugebengu

Kungcono uyisebenzele imali
Kunokuphila ngamandla abantu
Ubamba inkunzi ubusuku nemini
Uphila kabi ngobugebengu

Trivia about the song Saphel’Isizwe by Mahotella Queens

When was the song “Saphel’Isizwe” released by Mahotella Queens?
The song Saphel’Isizwe was released in 2005, on the album “Reign and Shine”.

Most popular songs of Mahotella Queens

Other artists of African music