MakaBahle - Bonus Track

Dali sungaze ungishiye ngempela dali wami
Dali sungaze ungishiye ngempela dali wami
Dali sungaze ungishiye ngempela dali wami

Umasubona abangcono wasulahla mina (Wanglahlelani)
Umasubona abangcono wasulahla mina (Wanglahlelani)
Abanemali kunami wasulahla mina (Wanglahlelani)
Abahlakaniphile kunami wasungishiya mina (Wanglahlelani)
Dali sungaze ungishiye ngempela dali wami (Wanglahlelani)

Lemiyaka emingaka ungasebenzi uhlel' ekhaya
Lemiyaka emingaka ungasebenzi uhlel' ekhaya
Ma wengane zami uyongilobola ngani
Ma wengane zami uyongilobola ngani
Khona sekuthiwa ngiyakugana uyongondla ngani
Khona sekuthiwa ngiyakugana uzongondla ngani
Lemiyaka emingaka ungasebenzi uhleli ekhaya
Lemiyaka emingaka ungasebenzi uhleli ekhaya

Ma wengane zami uyongilobola ngani (Wanglahlelani)
Ma wengane zami uyongilobola ngani (Wanglahlelani)
Umasekuthiwa ngiyakugana uzongondla ngani (Wanglahlelani)
Umasekuthiwa ngiyakugana uzongondla ngani (Wanglahlelani)

(Wanglahla dali)
Ayi wena wemama ka Bahle wasungilahlelan
Awu wena wemama ka Bahle wawusungilahlelan

Umase ubona abangcono wasungilahla mina (Wanglahlelani)
Umase ubona abangcono wasungilahla mina (Wanglahlelani)
Abahlakaniphile kunami wasungilahla mina (Wanglahlelani)
Abanemali kunami wasungilahla mina (Wanglahlelani)

Most popular songs of Mzukulu

Other artists of African music