Wang'lahlelani
Iyeeh ehh wangilahlelani
Buyisa uthando lwami bese uyahamba
Wangiqhatha namakhaza weh soka lami
Noma lwaluvele lungekho wawudlala ngami
Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo
Ngakuthanda ngothando lwakudala kanti udlala ngami
Iyeeeh ehhe wangilahlelani
Sekukaningi ungiphula inhliziyo ngithule
Wangiqhatha namakhaza weh soka lami
Njalo makuyimina onephutha angixolelwa
Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo
Thonono thonono thonono kanti ngenzeni
Iyee ehhe wangilahlelani
Buyisa uthando lwami bese uyahamba
Wangiqhatha namakhaza weh soka lami
Noma lwaluvele lungekho wawudlala ngami
Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo
Ngakuthanda ngothando lwakudala kanti udlala ngami
Inombolo yakho ilokhu yahlala efonini yami
Angikaze ngilahle
Ngiye ngithule ngithule ngibuke
Ngicabange ukukfonela
Inombolo yakho ilokhu yahlala efonini yami
Angikaze ngilahle
Ngiye ngithule ngithule ngibuke
Ngicabange ukukfonela
Ngehlulekile
Ngangimcenga ngimcenga
Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa
Akazange
Ngehlulekile
Ngangimcenga ngimcenga
Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa
Akazange
Ngehlulekile
Ngangimcenga ngimcenga
Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa
Akazange
Sekukaningi ungephula inhliziyo ngithule
Njalo makuyimi onephutha mina angixolelwa
Thonono thonono thonono kanti ngenzeni
Iyeee ehhe wangilahlelani
Sekukaningi ungephula inhliziyo
Wangiqhatha namakhaza weh sokalami
Njalo makuyimi onephutha mina angixolelwa
Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo
Thonono thonono thonono kanti ngenzeni
Iyeee ehhe wangilahlelani