Ngibiziwe

Mina ngibiziwe, ngibiziwe
Phesheya komfula, ngibiziwe

Mina ngikhonjiwe, ngikhonjiwe
Ngalena kwentaba, ngikhonjiwe

Kodwa ngabe yini? kwenzenjani?
Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu)

Kodwa ngabe yini? kwenzenjani?
Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu)

Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu

Ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma
Makhos' amakhulu ngiboniseleni

Ngizwa ilizwi lingibiza
Khona lena emsamo lingibiza

Mina ngasabela ngazilahla
Kwembulwa iqiniso ngavuma

Kodwa ngabe yini? kwenzenjani?
Ngaboniswa (imfihlakalo wesintu)

Kodwa ngabe yini? kwenzenjani?
Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu)

Ngibe ngisathe, (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu

Ngizwa uhlevane ngaholelw' emsamo ngabhonga ngabubula lwavuk' usinga

Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma)
Makhos'amakhulu ngiboniseleni
Ngiyavuma, (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma)
Makhos'amakhulu ngiboniseleni

(Imfihlakalo yesintu)
(Imfihlakalo yesintu)
Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu
Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu

Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma)
Makhos' amakhulu ngiboniseleni

Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma)
Makhos' amakhulu ngiboniseleni

Most popular songs of Sibongile Khumalo

Other artists of African music