Amafu
Ndolala ngimbonile owakwami ndolala ngimbonile
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Ngizobe ngili ngizobe ngili ngizobe ngilindele
Ngizobe ngili ngizobe ngili ngizobe ngilindele
Ngizobe ngilindili ngizobe ngilindile ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindili ngizobe ngilindile ngizobe ngilindele
Indlela engimkhumbule ngayo we
Ngizwa engathi ngiyasangana ekhanda
Bayajabula abakubonayo
Laphukhona sthandwa sami we
Bayabubona ubuhle bomuntu lo
Ubhuhbuzela uboya ebusweni
Sithi unyathela ngabantwana
Angisayikhulumi yamehlo ngathi yingilosi oshona malanga
Shona malanga ngiyobona udali
Ngathi neskhathi seshamba kancane
Bane kuyangami ngabe sengihleli nawe
Sixoxa ngothando lwethu
Sbukana emehlweni we
Ngathi ngiyambona semoyizela (Moyizela)
Ngathi ngiyambona semamatheka (Mamatheka mama we)
Ngathi ngiyambona sengshangazela (Shalazela mama we)
Futhi unamahloni njalo we
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqula amafu
Noma lingaduma izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngiyolala ngimbonile owakwami
Ngizobe ngili ngizobe ngili ngizobe ngilindele
Ngizobe ngili ngizobe ngili ngizobe ngilindele
Ngizobe ngilindili ngizobe ngilindile ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindili ngizobe ngilindile ngizobe ngilindele
Yazi luhle uthando lwethu bo
Intinhle ayidingi ukoniwa
Bazamile bahlulekile bonke abebethi benginyundela kuwe
Ngithanda ukuthembeke kwakho mina dali
Nokungthanda ngokweqiniso
Ngiyathembisa ngeke ngikuphoqe
Bukanise nezwe lonke
Phela wena ngakucela enkosini
Thando lwakho luyisbusiso kimi
Kushota abakini bona abakini
Thumela iyinkomo lekini
Ngiyishaye eyiphelele iyinkomo zamalobolo bo (Zamalobolo)
Ngiyishaye eyiphelele phelele iyinkomo zamalobolo (Zamalobolo)