Ngiyabonga

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI

Ngiyabonga (Thank you) Ngiyabonga
Ngibonga nabangasekho ekhaya Bhungani eshe

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa (Kababa)
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Yazi nginokuhlala phansi ngiyibuza
Ngiyibuzise ngaye kwenzenjeni na
Ngabe konke lokhu ukuphomunye
Ngoba mina nginjani ukhethe mina
Inkosi yathi kimi mntanami ungayibuzi imibuzo
Ngoba impendulo tick kulomzi ophuma kuwo
Uthi uyakhumbula nzima umamakho bemhleka
Mvula ezingapheli engwaqeni zimnetha
Uzama uhluleka kodwa uloku ukhuleka
Thatha iyibusiso ngoba awulahlanga ithemba

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Ngoba ngicula lengoma
Ngithanda ukuyicula ngedwa
Nawe bekezela
Wakho umdeni uzowakhela
Hlengiwe mhla wathwa lalela

Kuthwe ngingqamb' amanga buka manje unkulunkulu uyangblesser
Wemama mina ngiyakuthanda mama wami
Nguw' ubaba kuthiwaidlozi elihle empilweni yami

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Nkosi ngiyabonga ukuthi ukwazile ukungipha amandla
Ngkwazi ukuvusa umuzi kababa (Kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Manje nam senginekhaya
Uthi ujabulile umama
Uthi ukuzala yikuzelula
Basheshe bahleka

Trivia about the song Ngiyabonga by Sjava

When was the song “Ngiyabonga” released by Sjava?
The song Ngiyabonga was released in 2018, on the album “Umqhele”.
Who composed the song “Ngiyabonga” by Sjava?
The song “Ngiyabonga” by Sjava was composed by JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI.

Most popular songs of Sjava

Other artists of African hip hop