Ugogo

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Vel'ugogo wath'idlozi selivumile'msamu
Nami sesfikil'iskhathi sami
Bewuthi ngizohlupheka ngize ngife
Bewuthi ngizohlupheka ngize ngife
Ugogo wangtshel'ukuth ngibofund'ukbekezela
Yikho ngila manje ingenxa'yokbekezela
Wath akyona indlel'oqala ngayo
Kodwa indlel'oqeda ngayo

K'dala ngilokhu ngzama ngiwa ngiwa ngivuka
Kokoko bengafun' ukvula
Iyntanga zami ziphumelela left and right
Khalis'okwengane kanti kwala kuphi ngami weeh
Ngiyawakhumbula amagama kagogo
Wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo
Ngiyabona wayeqinisile ugogo
Isina muva liyabukwe

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Gogo lang'khona kugcwele amadimoni
Kugcwele izilingo, ngithandazise ngingabi umoni
Ngingalingeki
Ngingadideki
Makufika izivunguvungu gogo ngingashake

Ngingasanganiswa imali nefame
Ngidl'imali iphelele emoyen'
Gogo ngicelele amandl'eNkosini
Ngibe isibonelo esihl'emphakathin
Funuk'shintsha izimpilo zabantu ngomculo wam
Ngibuyise ithemba kwabalilahlile ngomculo wam
Gogo ngiyabonga ngemyalo yakho
Buka manje usey'Nkosi umzukulu wakho

Ngiyawakhumbula amagama kagogo
Wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo
Ngiyabona wayeqinisile ugogo
Isina muva liyabukwe?
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
Mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma
Kubak'yona imthandazo yakho
Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Trivia about the song Ugogo by Sjava

Who composed the song “Ugogo” by Sjava?
The song “Ugogo” by Sjava was composed by JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI.

Most popular songs of Sjava

Other artists of African hip hop