Wamuhle
This is the realest ever wrote
Waze wamuhle sthandwa sami
Muhl' usuthule ebhokisini
Waze wamuhle ngathi uzovuka
Waze wamuhle themba lami
Muhl' usuthule ebhokisini
Waze wamuhle ngathi uzovuka
Ngathi uzovuka ungbambe futhi
Ngathi uzongisul' izinyembezi futhi
Ngathi uzothi asguqe sthandaze futhi
Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right
Ngathi uzovuka ungbambe futhi
Ngathi uzongisul' izinyembezi futhi
Ngathi uzothi asguqe sthandaze futhi
Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right
I'm waiting I'm waiting
I'm waiting I'm waiting I'm waiting for you to call again
Ngigcin' ukukbona wathi uzongifonela
Namanje ngisalindile ifoni isathule we
Ngigcin' ukukbona wathi uzongifonela
Namanje ngisalindile ifoni isathule we
Theke awungilahlekelwe uyazi
Yikuthi abantu abazi
Inhliziyo ibuhlungu yazi
Yikuthi abantu abazi
Goodbye goodbye goodbye
Konke besikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
Goodbye my lover goodbye my friend
Konke besikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
See you on the other side other side
Makuyikuthi siyabonana ngempela masesambile emhlabeni
See you on the other side
See you on the other side
On the other side on the other side yhe yhe yhe