Izintsuku Ezandlula
Yekanini
Yekanini intsuku ezandlula
Yekanini
Yekanini intsuku ezandlula
Kwak'buzwa kwa zulu
Kukhonjwa ngophakade
Kungekho yonke lento
Esiyibona namhlanje
Yekanini
Yekanini Intsuku ezandlula
Awu nantsi into madoda
Ibizwa nge nice time
Uma singayibheki izoqeda ingane zethu
Uma singayiboni izobhubhis' umhlaba wonke
Intsha masikhumbule khona
Ungakhohlwa bayojabula
Kodwa masekubuy' ekhaya
Usizi lodwa
Abanye banamanxeba
Abanye sebeboshiwe
Abanye akusakhulunywa ngabo
Sebethwalwa ngebhala
Abanye banamanxeba
Abanye sebeboshiwe
Abanye akusakhulunywa ngabo
Sebethwalwa ngebhala
Yekanini
Yekanini Intsuku ezandlula
Awu nantsi into madoda
Ibizwa nge nice time
Uma singayi bheki izoqeda ingane zethu
Uma singayiboni izobhubhis' umhlaba wonke
Intsha masikhumbule khona
Ungakhohlwa bayojabula
Kodwa masekubuy' ekhaya
Usizi lodwa
Abanye banamanxeba
Abanye sebeboshiwe
Abanye akusakhulunywa ngabo
Sebethwalwa ngebhala
Abanye banamanxeba
Abanye sebeboshiwe
Abanye akusakhulunywa ngabo
Sebethwalwa ngebhala
Yekanini
Yekanini Intsuku ezandlula
Yekanini
Yekanini Intsuku ezandlula