Mandoa

Yini kodwa Mandla ushawa njalo ngempelasonto

Kush'ukuthi masewuphuzile uyadelela unocuku

Ngoba wen' utshwala bukutshela ukuthi uyingwenya ehe ehe ehe
Yikho lokho ushawa njalo ehe ehe ehe

Nabazali bakho bahlala njalo ngenhliziyo
Ezibuhlungu luvalo

Kodwa yini wena Mandla ushawa njalo ngempelasonto
Kodwa yini wena Mandla ushawa njalo ngempelasonto
Kush'ukuthi masewuphuzile uyadelela unocuku
Kush'ukuthi masewuphuzile uyadelela unocuku

Ngoba wen' utshwala bukutshela ukuthi uyingwenya ehe ehe ehe
Yikho lokho ushawa njalo ehe ehe ehe
Ngoba wen' utshwala bukutshela ukuthi uyingwenya ehe ehe ehe

Trivia about the song Mandoa by Steve Kekana

On which albums was the song “Mandoa” released by Steve Kekana?
Steve Kekana released the song on the albums “Iphupho” in 1980 and “Greatest Hits Vol 1” in 2009.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock