Musa Ukuhleba

(Ooooh ooh oooh)
(Ooooh ooh oooh)

Ngiyamzond'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba (Ooooh ooh oooh)
Angimfun'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba (Ooooh ooh oooh)
Ave ngimzond'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba (Ooooh ooh oooh)

(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Ooooh
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Yini lent'oyenzayo aaah

(Awuyekel'ukuthi uma uhlangana nami)
(Ukhulume ngabany'abantu kimi)
(Awuyekel'ukuthi uma uhlangana nami)
(Ukhulume ngabany'abantu kimi)

(Awuyekel'ukuthi uma uhlangana nami)
(Ukhulume ngabany'abantu kimi)
(Awuyekel'ukuthi uma uhlangana nami)
(Ukhulume ngabany'abantu kimi) Yini lent'oyenzayo

(Ooooh ooh oooh)
(Ooooh ooh oooh)

Ngiyamzond'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba (Ooooh ooh oooh)
Angimfun'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba (Ooooh ooh oooh)
Ave ngimzond'umuntu mina (Ooooh ooh oooh)
Ojwayel'ukuhleba aaah (Ooooh ooh oooh)

(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi)

(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Mngane wami yekel'ukuhleba
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Mngane wami yekel'ukuhleba
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Mngane wami yekel'ukuhleba
(Mus'ukuhleba ngomuny'umuntu kimi) Mngane wami yekel'ukuhleba

Trivia about the song Musa Ukuhleba by Steve Kekana

When was the song “Musa Ukuhleba” released by Steve Kekana?
The song Musa Ukuhleba was released in 1979, on the album “Nomsa Ntombi Yami”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock