Ngisaba Amapantsula

Angifun'ukuzingena ezothando lwakho
Angifun'ukukukhathela
La kumel'uqome khona

Angifun'ukuzingena ezothando lwakho
Futhi angifun'ukukukhathela
La kumel'uqome khona

Uthando ngelakho
Ungalunika nom'ubani
Nenhliziyo ngeyakho
Futh'iqoma la ithanda khona ntombi

Uthando ngelakho
Ungalunika nom'ubani
Nenhliziyo ngeyakho
Futh'iqoma la ithanda khona ntombi

Kodwa ngisab'abaseGoli mama (Ngisab'amapantsula, ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula) Ngisab'abaseMjibha mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)

(Ngisab'amapantsula) Kodwa ngisab'abaseJozi mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)

Angifun'ukuzingena ezothando lwakho
Angifun'ukukukhathela
La kumel'uqome khona

Angifun'ukuzingena ezothando lwakho
Futhi angifun'ukukukhathela
La kumel'uqome khona

Uthando ngelakho
Ungalunika nom'ubani
Nenhliziyo ngeyakho
Futh'iqoma la ithanda khona ntombi

Uthando ngelakho
Ungalunika nom'ubani
Nenhliziyo ngeyakho
Futh'iqoma la ithanda khona ntombi

Kodwa ngisab'abaseGoli mama (Ngisab'amapantsula, ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula) Ngisab'abaseMjibha mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)

(Ngisab'amapantsula) Ngisab'abaseJozi mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)

(Ngisab'amapantsula) Ngisab'abaseGoli mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)
Abawubamb'umshini mama (Ngisab'amapantsula)
(Ngisab'amapantsula)

Trivia about the song Ngisaba Amapantsula by Steve Kekana

When was the song “Ngisaba Amapantsula” released by Steve Kekana?
The song Ngisaba Amapantsula was released in 2009, on the album “Isithombe Sami”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock