Ngiya Ni Mema

Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngini memel'umshado kaMamkhulu
Ngini memel'umshado kaMamkhulu

Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngini memel'umshado kaMamkhulu
Ngini memel'umshado kaMamkhulu

Uyashadisa ushadis' uNomvula
uNomvula ushada nendodana yeNkosi
Uyashadisa ushadis' uNomvula
uNomvula ushada nendodana yeNkosi

Wozani nonke sijabuleni
Akulalwa namhlanje umshad'omkhulu
Wozani nonke sijabuleni
Akulalwa namhlanje umshad'omkhulu
Wozani nonke sijabuleni
Akulalwa namhlanje umshad'omkhulu

Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngini memel'umshado kaMamkhulu
Ngini memel'umshado kaMamkhulu

Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngiya nimema bangani bami nonke
Ngini memel'umshado kaMamkhulu
Ngini memel'umshado kaMamkhulu

Uyashadisa ushadis' uNomvula
uNomvula ushada nendodana yeNkosi
Uyashadisa ushadis' uNomvula
uNomvula ushada nendodana yeNkosi

Trivia about the song Ngiya Ni Mema by Steve Kekana

When was the song “Ngiya Ni Mema” released by Steve Kekana?
The song Ngiya Ni Mema was released in 1979, on the album “Nomsa Ntombi Yami”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock