Nonhlanhla

Ng'yohlala ngik'thanda Nonhlanhla
Noma ungay'thathi indaba yami wena
Ng'yohlala ngik'thanda weNonhlanhla
Noma ungaw'bambi umshini yami wena
Ng'yohlala ngik'thanda njalo nje
Noma ungay'thathi indaba yami wena

Singabangan'abathembanayo
Aw'boni na uma ngingashada nawe kuyoba kuhle
Singabangani abathembanayo
Aw'boni na uma ngingashada nawe kuyoba kuhle

Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Ngifak'enhlizweni yakho ma
Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Uyangifaka noma uyangikhipha

Nhlanhla Nhlanhla mtan'omuntu
Ngifak'enhlizweni yakho ma
Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Uyangifaka noma uyangikhipha

Ngiyohlala ngikuthanda Nonhlanhla
Noma ungayithathi indaba yami wena
Ngiyohlala ngikuthanda weNonhlanhla
Noma ungawubambi umshini yami wena
Ng'yohlala ngikuthanda njalo nje
Noma ungay'thathi indaba yami wena

Singabangan'abathembanayo
Aw'boni na uma ngingashada nawe kuyoba kuhle

Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Ngifak'enhlizweni yakho ma
Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Uyangifaka noma uyangikhipha

Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Ngifak'enhlizweni yakho ma
Nhlanhla Nhlanhla mtanomuntu
Uyangifaka noma uyangikhipha

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock