Ntombi Yami

CHARLIE RAKGWALE

Nomsa ntombi yami
Ibuhlungu lent'oyenza kimi
Mama
Nomusa ntombi yami
Ibuhlungu lent'oyenza kimi
Mama

Izenzo zakho
Ziyakhombis'ukuthi sewuthole uthando olusha
Izenzo zakho
Ziyakhombis'ukuthi sewuthole uthando olusha

Njalo mawuza kimi uyangikhohlisa
Ey Nomsa, uth'uyangithanda
Njalo mawuza kimi uyangikhohlisa
Ey Nomsa, uth'uyangithanda

Ngcono ungitshele uma usuthol'ongcono
Ey Nomsa, ungabodlala ngami

Ngcono ungitshele uma usuthol'ongcono
Ey Nomsa, ungabodlala ngami

Nomsa ntombi yami
Ibuhlungu lent'oyenza kimi
Mama
Nomsa ntombi yami
Ibuhlungu lent'oyenza kimi
Mama

Izenzo zakho
Ziyakhombis'ukuthi sewuthole uthando olusha
Izenzo zakho
Ziyakhombis'ukuthi sewuthole uthando olusha

Njalo mawuza kimi uyangikhohlisa
Ey Nomsa, uth'uyangithanda
Njalo mawuza kimi uyangikhohlisa
Ey Nomsa, uth'uyangithanda

Ngcono ungitshele uma usuthol'ongcono
Ey Nomsa, ungabodlala ngami

Trivia about the song Ntombi Yami by Steve Kekana

When was the song “Ntombi Yami” released by Steve Kekana?
The song Ntombi Yami was released in 1979, on the album “Nomsa Ntombi Yami”.
Who composed the song “Ntombi Yami” by Steve Kekana?
The song “Ntombi Yami” by Steve Kekana was composed by CHARLIE RAKGWALE.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock