Ugqoka Amasudi

Ugqoka amasudi
Kodwa awunazingubo yeah
Zokulala
Uyabukeka emphakathini
Kodwa awunazingubo yeah
Zokulala

Ugqoka amasudi nsizwa
Kodw'awunazingubo yeah ey hey
Zokulala
Uyabukeka
Kodwa awunazingubo yeah ey hey
Zokulala

Ufak'amateki ngesudi
Kodwa kawuboni wena
Ukuth'uyaziphoxa

Ufak'amateki ngesudi
Kodwa kawuboni wena
Ukuth'uyaziphoxa

Ukuthi wena
Usaba nokubonis'intombi yakho
Laph'uhlala khona mama mama
Ohhh mama mama
Mama mama we ooh mama mama

Usaba nokubonis'intombi yakho
Laph'uhlala khona mama mama
Ohhh mama mama
Mama mama yey amahloni

Usaba nokubonis'intombi yakho
Laph'uhlala khona mama mama
Ohhh mama mama
Mama mama mama, mama amahloni

Ugqoka amasudi
Kodwa awunazingubo yeah
Zokulala
Uyabukeka
Kodwa awunazingubo yeah
Zokulala

Ugqoka amasudi
Kodwa awunazingubo yeah

Trivia about the song Ugqoka Amasudi by Steve Kekana

When was the song “Ugqoka Amasudi” released by Steve Kekana?
The song Ugqoka Amasudi was released in 1979, on the album “Nomsa Ntombi Yami”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock