Umshado Unqabile

Bayajabula omakoti
Abaganele lakungekho khon' os'kwiza
Bayajabula omakoti
Abaganele lakungekho khon' os'kwiza

Ngoba abo s'kwiza laba
Yibo abamoshayo
Bafak' umamezala umoy' omubi
Nabo mamezala abasacabangi
Bamane bamenazo lengane zabo

Ngoba abo s'kwiza laba
Yibo abamoshayo
Bafak' umamezala umoy' omubi
Nabo mamezala abasacabangi
Bamane bamenazo lengane zabo

Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu

Bayajabula omakoti
Abaganele lakungekho khon' os'kwiza
Bayajabula omakoti
Abaganele lakungekho khon' os'kwiza

Abo s'kwiza laba
Yibo abamoshayo
Bafak' umamezala umoy' omubi
Nabo mamezala abasacabangi
Bamane bamenazo lengane zabo

Abo s'kwiza laba
Yibo abamoshayo
Bafak' umamezala umoy' omubi
Nabo mamezala abasacabangi
Bamane bamenazo lengane zabo

Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu
Umshado unqabile umshado uyindlala
Musan'ukusimoshela nin'odadewethu

Trivia about the song Umshado Unqabile by Steve Kekana

When was the song “Umshado Unqabile” released by Steve Kekana?
The song Umshado Unqabile was released in 2009, on the album “Isithombe Sami”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock