Unkosikazi Wakho

Wena njalo uma ngiza kuwe ngikuthol'uphuzile
Nasemhlanganweni yamadoda awulubeki unyawo
Nasemingcwabeni angizange ngikubone
Kodw'inye kuphela indaw'oyihambayo
Kusezindlini zokuk'thengisel'utshwala

Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya esontweni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya emingcwabeni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame

Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya esontweni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya emingcwabeni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame

Wena njalo uma ngiza kuwe ngikuthol'uphuzile
Nasemhlanganweni yamadoda awulibeki unyawo
Nasemingcwabeni angizange ngikubone
Kodw'inye kuphela indaw'oyihambayo
Kusezindlini zokuk'thengisel'utshwala

Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya esontweni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba yena uyaya emigncwabeni
Uzosindela unkosikazi wakho
Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame

Trivia about the song Unkosikazi Wakho by Steve Kekana

When was the song “Unkosikazi Wakho” released by Steve Kekana?
The song Unkosikazi Wakho was released in 1982, on the album “Amandla Amasha”.

Most popular songs of Steve Kekana

Other artists of Soft rock