Umkami
Ungabona kuhlelwi
Ucabang'ukuthi kuyezwanwa
Ungabon'izithandane zihlezi kamnandi
Ungabon'izithandane zihlezi kamnandi
Ungabon'abantu behleli kamnandi
Kodwa umkami uyangimangaza
Njalo uma sixabene ushona kwabakubo
Kodwa umkami uyangimangaza
Njalo uma sixabene ushona kwabakubo
Kanti kuyindaba yami naye
Ukuthi sihlale phansi sibonisane
Kanti kuyindaba yami naye
Ukuthi sihlale phansi sibonisane
Njengezithandani
Kodwa umkami uyangimangaza
Njalo uma sixabene ushona kwabakubo
Kodwa umkami uyangimangaza
Njalo uma sixabene uhamba aye kubo
Kanti kuyindaba yami naye
Uma sixabene
Kanti kuyindaba yami naye
Uma sixabene
Kodwa umkami uyangimangaza
Uma sixabene ushona kwabakubo
Ngithi kodwa umkami uyangimangaza
Uma sixabene ushona kwabakubo
Kanti kuyindaba yami naye
Ukuthi sihlale phansi sibonisane
Njengezithandani