Isencane Lengane

Umakot'ungowethu (Siyavuma)
Usengowethu ngempela (Siyavuma)
Uzosiwashel'asiphekele (Siyavuma)
Sithi hee hee siyavuma

Thina sinodumo, udumo
Thina sinodumo
Thina sinodumo, udumo
Thina sinodumo
Thina sinodumo, udumo
Thina sino

Ake nibhek'udumo (Thina sinodumo)
Ake nibhek'udumo (Udumo)
Thina sinodumo

Ake nibhek'udumo (Thina sinodumo)
Ake nibhek'udumo
Udumo, thina sinodumo

Aniboyilekelela (Uban'obengashad'emncane)
Isencane lengane (Kangaka)
Uban'obengashad'emncane

Kulikhun'emendweni (Uban'obengashad'emncane)
Kuyasind'emendeni (Kangaka)
Uban'obengashad'emncane

Kuding'ubekezele (Uban'obengashad'emncane)
Isencane lengane (Kangaka)
Uban'obengashad'emncane

Aniboyilekelela (Uban'obengashad'emncane)
Isencane lengane (Kangaka)
Uban'obengashad'emncane

Kulikhun'emendweni (Uban'obengashad'emncane)
Isencane lengane (Kangaka)
Uban'obengashad'emncane
Isencan'isazobuya la (Kangaka)

Most popular songs of The Joy

Other artists of Gospel