Kuyobanjani Na?
Kuyoba njani na
Kusasa
Uma mina nawe sishada sime phambi kwa mfundisi sisho sithi
Sihlukanyiswa yinto yodwa kuphela
Ukufa
Kuyoba njani na
Kusasa
Umamina nawe shada sime phambi kwa mfundisi sithatha isinqumo sokuthi
Mina nawe
Sohlukanyiswa yinto yodwa kuphela
Ukufa
Kuyoba njani na
kusasa
Uma mina nawe sihlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa
Izingane zethu
Kuyoba njani na
Kusasa
Uma mina nawe sihlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa
Izingane zethu
Ngikubone uyintombi
Umuhle
Ngakuthanda
Ngakutusa
Ngakufaka nendadatho
Namhlanje nazingane
Nginothando dali wam'
Kuyoba njani na
Kuyoba njani na