Volovolo

Witness the funky
Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo

Njalo uma sphuma syogroova sisasuki elokshini s'ngaphethe amacala
Mak'thiwa syamiswa omaphuza basesha
Lentransi umuntu engafahla
Fihla lempahla esoksini
Angfune k'lala estoksini
Asi pick up ongane ecrossini
Zithi zehlile etaxini

Asdlule kamsunu sibambe ama vodka
Nedash sob'hlaba ngendlela
Kwebha bafo syazenzela
UGwa kade fona u11
Bafuna shlangane 47
Uy'khohlwa kanjani insimbi yakho ecabin
Angfuni uma kuthiwa asibambe impi kyabheda
Sekolamula amageja

Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo

Kushuthi ighost iqale sengise clubini
Kufone mjita athi uboni thekeni yami eyadini
Eh bafethu eMasiya phosa okhiye
Eh bafethu ubaby ngcono k'nyiwe
Ok moja sbambu two klipa on the fucking freeway
Ngithathe ingwenya eyodwa with me might just get a bad
Ngishiye imemeza kwisheshe
Ngaze ngiy'thole kwi mess
Kanti uDash ul'phethe
K'vele k'suki pero yeah

Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo

Angsafune kuzwa lutho
Ngizaba ngisho ama salute
Namhlanje k'zokhala umuntu
Just in case uk'shiya ksuka
Mbheke la ezansi ngizonyuka
Kushuthi mangifike top ngithi je uhleli nolova ngingab'sabuza ngihlabi bheji
Avele ahlanye angbuze ikuphi inkinga ngoba mina naye asisa date
Ulova aphakame ksukumi isquad
Bathole amaphanta k'gqabuki nini
UMjay abacake aghostele manje
Lama simba enu aniwenzele ngaphandle
Sngagolozi ngidonse umuntu sgcwalindle
Kanti asiboni ukuthi lezinyoni zyasilandela

Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo

Volo volovolo
Volo volovolo
Volo volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo (Volo volovolo)
Volo
Into engiyiphethe la iband' eqolo (Witness the funk)

Most popular songs of WTF!

Other artists of Pop rock