Provider
Awume kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yiprovider
Provider
Nal'ulimi lungibhayizisa
Luyalock-a
Luyaphoxa
Phambi kwakho
Ngiswel'amagam'okusho
Ukuthi nam'uJehov'ungibekile
Heyi hayi mama ngizothini
Uma ngibon'ubuhle
Uma ngibon'impatho ohh
Hawu mama ngizothini
Uma ngibona inhliziy'enjengale
Angisakuyeki
Hawu phela kulul'ukuthanda wena
Ubozibuk'um'uhamb'unjani
Indod'iyahluleka
Phela kulul'ukuthanda wena
Ubozibuk'um'uhamb'unjani
Nendod'iyahluleka
Awume kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Yako konk'okudingayo
Kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Provider
Awume kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Yakho konk'okudingayo
Kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Provider
NgiZokukhipha njalo
Have some fun with you
Nje wena ngicel'ungethembe
Ngizokuthanda njalo
Kube mnandi nje
Wena ngicel'ungethembe
Angeke kusafana
Ngeke kusafana
Utoze kutsi lutsandvo lunjani
Hey baby
Angeke kusafana
Angeke kusafana
Uyoze uth'uthando lunjani
Ey baby
Phela kulul'ukuthanda wena
Ubozibuk'um'uhamb'unjani
Nendod'iyahluleka
Phela kulul'ukuthanda wena
Ubozibuk'um'uhamb'unjani
Awume kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Yakho konk'okudingayo
Kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yi-provider
Yi-provider
Awume kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yiprovider
Yakho konk'okudingayo
Kancane
Nginik'ithuba mina ngibe yiprovider
Provider
Provider
Provider