Udlalile Ngabantu [Short Version]

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
(Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Kumele ngiyisebenzele imihla yami
Ngisasemhlabeni hihi himmm
Ngibale izibusiso zami uThixo anginike zona
Oh oh mhh ngizibonge ngisaphila
Ningababukeli phansi abasweleyo
Abangenawo amandla okuziphilisa
Nabo ngabantwana benkosi
Eyi bayokuzuza uma isikhathi sesifikile

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Ungusathane wasemhlabeni (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Izithukuthuku zabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Yekela ukudlala ngabantu)

Trivia about the song Udlalile Ngabantu [Short Version] by Zoo Loo

When was the song “Udlalile Ngabantu [Short Version]” released by Zoo Loo?
The song Udlalile Ngabantu [Short Version] was released in 2013, on the album “Gospel Traditions - A Tribute To Our South African Stars”.

Most popular songs of Zoo Loo

Other artists of