Ukuhlupheka [A Tribute to Shwi Nomtekhala]
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Ho kade ngisebenzela abanye abantwana
Angina lutho angina mali
Ho kade ngisebenzela lezi ntandane
Angina lutho angina mali
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mhh angidlile
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mhh angidlile
Kwathi ngelinye ilanga ngihleli (Ngingena mali)
Mgingenayo mina imali (Ngingena lutho)
Kwathi ngelinye ilanga ngihleli (Ngingena mali)
Mgingenayo mina imali (Ngingena lutho)
Ngalala mina ngingadlile (Ngacele nkosini)
Zehla kumina izinyembezi (Ngathandaza)
Ngalala mina ngingadlile (ngacele nkosini)
Zehla kumina izinyembezi (Ngathandaza)
Kwathi ngelinye ilanga ngihleli (Ngingena mali)
Mgingenayo mina imali (Ngingena lutho)
Ngalala mina ngingadlile (Ngacele nkosini)
Zehla kumina izinyembezi (Ngathandaza)
Kanti kuhlupheka wavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile