Amanyala

Yishwe lami noma yibhadi lami leli na
Noma ungayisho kanjani iyafana lento
Yishwe lami noma yibhadi lami leli na
Noma ungayisho kanjani iyafana lento
Noma ungayisho kanjani yibhadi ishokona

Ngoba savumelana waxolisa
Wathi awusoze uyiphinde
Nakhu uphinda futhi

Ngoba savumelana waxolisa
Wathi awusoze uyiphinde
Nakhu ungiphinda futhi

Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize)
Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo)
Ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)

Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)

Ngayipenda maqeda yangcola lento ngayintshinga bayicosha abafokazane
Belebele zayikofela mfana uyoze uyibonele ulibele ngumpantsha endlini
Nanzi inkomo phakathi ensimini kagogo uNomacece wafa yinduku
Uzoyikhotha imbanga iwomile

Yishwe lami noma yibhadi lami leli na
Izimbila yithutha yona yimhlolo phambili
Mina kade ngangihamba ngigudla ngiqamula amazwe
Umjolo ongaka inqwaba engaka isibi samnyala

Umjolo ongaka inqwaba engaka angikaze ngiyibone
Uyazi kuba uyimoto ngabe sewakhishwa nasemgwaqweni

(phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti)
(awuqomi uyenza imihlola)
Inqwaba engaka yabafana uzoyenzani

Ekuseni emini ntambama ngumuntu kadokotela
(phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti)
(awuqomi uyenza imihlola)

Inqwaba engaka yabafana uzoyenzani
(phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti)
(awuqomi uyenza imihlola)
Ekuseni emini ntambama ngumuntu kadokotela
(phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti)

Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize)
Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo)
Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)

Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize)
Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo)
Ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)

Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize)
Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo)
Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)

Most popular songs of Bhekumuzi Luthuli

Other artists of African music