Bengikwethemba

Iqinis' alikh'emhlabeni
Nguwe lon'owenze kanjena kimi?
Iqinis'alikh'emhlabeni
Nguwe lona owenze kanjena kimi?

Bengikwethemba ngikuhlebela zonk'izinto
Bengikwethemba ngikuxoxela zonke
Bengikwethemba ngikuhlebela zonk'izinto
Bengikwethemba ngikuxoxela zonke

Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha ngethemb'umuntu
Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha
Ngеke ngiphinde ngenz'iphutha ngеthemb'umuntu
Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha
Nguwe lon'owenze kanjena kimi?
Nguwe lon'ongihlinzel'ezibini?

(Vel'umunt'uyajika)
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungangijikela)
(Vel'umunt'uyajika)
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungangijikela)
(Vel'umunt'uyajika)
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungangijikela)

Iqinis'alikh'emhlabeni
Nguwe lon'owenze kanjena kimi?
Iqinis'alikh'emhlabeni
Nguwe lon'owenze kanjena kimi?

Bengikwethemba ngikuhlebela zonk'izinto
Bengikwethemba ngikuxoxela zonke
Bengikwethemba ngikuhlebela zonk'izinto
Bengikwethemba ngikuxoxela zonke

Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha ngethemb'umuntu
Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha
Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha ngethemb'umuntu
Ngeke ngiphinde ngenz'iphutha

Nguwe lona owenze kanjena kimi?
Nguwe lona ong'hlinzel'ezibini?

(Konk'okuhl'ebengikwenzela kona)
(Awusakwaz sewukhumbul'okubi kodwa)
(Konk'okuhl'ebengikwenzela kona)
Yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(Awusakwazi sewukhumbul'okubi kodwa)
(Konk'okuhl'ebengikwenzela kona)
(Vel'umunt'unjalo)

Nemali yam sayidla nawe
(Konk'okuhl'ebengikwenzela kona)
(Aw'sakwazi sewukhumbul'okubi kodwa)
Nemali yam sayidla nawe
(Konk'okuhl'ebengikwenzela kona)
Yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(Aw'sakwazi sewukhumbul'okubi kodwa)
(Konk'okuhl'ebengkwenzela kona)
(Vel'umunt'unjalo)

(Vel'umunt'uyajika)
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungang'jikela)
Umunt'ulal'ephenduka
(Vel'umunt'uyajika) Wajik'umuntu
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungang'jikela)

Hawu umunt'ulal'ephenduka
(Vel'umunt'uyajika) Wajik'umuntu
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungang'jikela)

(Vel'umunt'uyajika)
(Kodwa ngangingaz'ukuthi naw'ungang'jikela)

Trivia about the song Bengikwethemba by Bhekumuzi Luthuli

When was the song “Bengikwethemba” released by Bhekumuzi Luthuli?
The song Bengikwethemba was released in 2010, on the album “Imali Yabelungu”.

Most popular songs of Bhekumuzi Luthuli

Other artists of African music