Imilanjwana
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Ziyafan'iyinkinga
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Uma sish'inkinga
Uma sish'amaproblems
Ngikhal'esami nawe ukhal'esakho
Nomzal'ukhal'esakhe
Ukhal'esakho nami ngikhala esami
Nomzal'ukhal'esakhe
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)
(Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala) Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
(Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala) Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana) Sith'uma sish'iyinkinga
Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana)
Ngiyayisol'imali yeqolo inesandla kulento
Angisho ukuthi ngithini