Inswelaboya
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Zinswelaboya zonke lezi
Bayizigebengu
Ngiyamesab'umuntu
Ngob'ulal'ephenduka
Ngiyamesab'umuntu
Ngob'ulal'ephenduka
Ungambona la emamatheka
Ucabang'uSathane
Ungambona la emamatheka umuntu
Ucabang'uSathane
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Kade ngikwethemba
Ukusukela manje sengiyakwesaba
Kade ngikwethemba
Ukusukela manje sengiyakwesaba
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Ngiyamesab'umuntu
Ngob'ulal'ephenduka
Ngiyamesab'umuntu
Ngob'umuntu uyajika
Ungambona la emamatheka
Ucabang'uSathane
Ungambona la emamatheka umuntu
Ucabang'uSathane
Kade ngikwethemba
Ukusukela manje sengiyakwesaba
Kade ngikwethemba
Ukusukela manje sengiyakwesaba
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Zinswelaboya zonke lezi
Angethembi lutho
Oh ngiyamesab'umuntu madoda
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna
Ngisho ngoba noma eseduze kwami
Usejikile useyangizonda
Uhleka nami ngamabomi
Uhleka nami akasafuna