Isigelekeqe

Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe
Dlala weh sigelekeqe

Kuthiw'ufuzo luyedlulela
Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe
Noyihlo kwakuyisigelekeqe
Nawe futhi uyisigelekeqe
Uyozal'ezakho izigelekeqe

Wabonakala ngomsila ngaphambili
Ukuthi yinkinga le
Yayinkinga intombi hah heh
Wayinkinga umuntu wesilisa

Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango
Washa mfana
Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda

Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango
Washa mfana
Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda

Uziphicaphica ngesilwane sami esinomsila ngaphambili
Indoda leyo (Unamanga)
Ngiyakutshela mfan'indoda leyo

Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Sagelekeqeka lesigelekeqe
Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe
Dlala weh sigelekeqe

Kuthiw'ufuzo luyedlulela
Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe
Noyihlo kwakuyisigelekeqe
Nawe futhi uyisigelekeqe
Uyozal'ezakho izigelekeqe

Wabonakala ngomsila ngaphambili
Ukuthi yinkinga le
Yayinkinga intombi hah heh
Wayinkinga umuntu wesilisa

Abonakala ngemisila ngaphambili
Ukuthi amadoda anebhadi
Zonke lezint'ezibi kuthiwa zenziwa ngabo

Trivia about the song Isigelekeqe by Bhekumuzi Luthuli

When was the song “Isigelekeqe” released by Bhekumuzi Luthuli?
The song Isigelekeqe was released in 2007, on the album “Inkinga Ngu R7”.

Most popular songs of Bhekumuzi Luthuli

Other artists of African music