Nansi Lentombi
Nayi lentombi
Eyaxabanis'zinsizwa madoda
Kwaze kwabanjena
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Niyayibona lentombi
Eyaxabanis'zinsizwa madoda
Nans'idlula lapha
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Ngizwa ngishaywa luvalo
Ngaphel'amandla
Ngaswel'ukuzenzela
Oh uma ngibona lentombi
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Ngizwa ngishaywa livalo
Ngaphel'amandla
Ngaswel'ukuzenzela
Oh uma ngibona lentombi
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Nayi lentombi
Eyaqomaqoma izinsizwa kwelakithini
Yazixabanisa
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Hamba ntomb'emnyama
Sebeyibonile lengqondo
Ngeke usabatshela sebeyakwazi bo
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Nans'idlula lapha
Isiyofun'abanye
Nans'idlula lapha
Bazophel'abantu
Nans'idlula lapha
Ngizwa ngishaywa luvalo (Isiyofun'abanye)
Ngaphel'amandla (Nans'idlula lapha)
Ngaswel'ukuzenzela (Isiyofun'abanye)
Oh uma ngibona lentombi
Nans'idlula lapha
Hamba ntomb'emnyama (Isiyofun'abanye)
Sebeyibonile lengqondo (Nans'idlula lapha)
Ngeke usabatshela (Isiyofun'abanye)
Sebeyakwazi bo
Nans'idlula lapha
Abanye balahl'imizi ngenxa yalentombi (iIsiyofun'abanye)
Abanye balahl'imizi (Nans'idlula lapha)
Ngenxa yalentombi (Bazophel'abantu)
Nans'idlula lapha
Ngizwa ngishaywa luvalo (Isiyofun'abanye)
Ngaphel'amandla (Nans'idlula lapha)
Ngaswel'ukuzenzela (Isiyofun'abanye)