Phephe Lami
Weh phepha lami lenza kancane
Kancane kunemfonemfone
Weh phepha lihamba kancane
Kancane telephone
Sgubh’eqolo awuyiyeke leyondaba
Nans’iphone number
Mthinte ngemfonemfone
Mhlawumbi uzoshesh’umthole
Mthinte ngotelefoni
Mhlawumpe uzosheshe umthole
Uma kube uyamthol’umtshele ukuthi sekonakele
Nang’uKhabazele ethi
Mangigiye ngishone ke ma ngithanda
Uma kube uyamthol’umtshele ukuthi sekonakele
Nang’uKhabazele ethi
Mangigiye ngishone ke ma ngithanda
Ngavele ngasho
Ngathi uma kufika thin’amadoda
Kuyovungazel’insizwa (Namanje ziyavungazela)
Ngavele ngasho
Ngathi uma kufika thin’amadoda
Kuyovungazel’insizwa (Namanje bayavungazela)
Ngavele ngasho
Ngathi uma kufika thin’amadoda
Kuyovungazel’insizwa
Lephepha lenza kancane
Kancane telephone
Lephepha lami lenza kancane
Kancane kunemfonemfone
Sgubh’eqolo awuyiyeke leyondaba
Nay’iphone number
Sgubh’eqolo awukhohlwe leyondaba
Nans’iphone number
Mthinte ngemfonemfone
Mhlawumbi uzoshesh’umthole
Mthinte ngotelefoni
Mhlawumpe uzosheshe umthole
Uma kube uyamthol’umtshele ukuthi sekonakele
Nang’uKhabazele ethi
Mangigiye ngishone le ma ngithanda