Bra Biza

Uthemb'ubala Bra Biza
Isiphalaphala sentomb'enjena
Uth'ungaqonywa yiso

Uthemb'ubala Bra Biza
Uyintliniva yendod'enjena
Uth'ungaqonywa yiyo
Weh mame!

Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke
Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke

That'isikhathi sakho
Ungaphazami
Ungibheke kahle
Weh mlamu wami

Awuhamb'umubi
Weh Biz'umubi
Ngeke umthol'udade wethu

That'isikhathi sakho
Ungaphazami
Ungibheke kahle
Weh mlamu wami

Awuhamb'umubi
Weh Biz'umubi
Ngeke umthol'udade wethu

Angiyon'intliniva
Futhi angisoze ngaba yiyo

Umubi, umubi
Umubi weh Bra Biza

Naw'umubi
Hamb'umubi
Suk'eduze kwami
Ngob'umubi

Umubi, umubi
Umubi weh Bra Biza

Naw'umubi
Hamb'umubi
Suk'eduze kwami
Ngob'umubi

Inkom'ingazal'umuntu
Ngabe kusinisw'amahleza
Ngodade wethu

Ngiyamthanda
Ngiyamfuna

Inkom'ingazal'umuntu
Ngabe kusinisw'amahleza
Ngodade wethu

Ngiyamthanda
Ngiyamfuna

Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke
Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke

Uthemb'ubala Bra Biza
Isiphalaphala sentomb'enjena
Uth'ungaqonywa yiso

Uthemb'ubala Bra Biza
Uyintiniva yendod'enjena
Uth'ungaqonywa yiyo
Weh mame!

Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke
Ngithi mina ngeke, angeke
Ngithi min'angeke

That'isikhathi sakho
Ungabhanyazi
Ungibheke kahle
Weh mlamu wami

Awuhamb'umubi
Weh Biz'umubi
Ngeke umthol'udade wethu

That'isikhathi sakho
Ungaphazami
Ungabhanyazi
Weh mlamu wami

Umubi, umubi
Umubi weh Bra Biza

Naw'umubi
Hamb'umubi
Suka laph'eduze kwami
Ngob'umubi

Umubi, umubi
Umubi weh Bra Biza

Naw'umubi
Vel'umubi
Suka laph'eduze kwami
Ngob'umubi

Umubi, umubi
Umubi weh Bra Biza

Naw'umubi
Hamb'umubi

Most popular songs of Mahlathini & the Mahotella Queens

Other artists of